Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kwabaseKorinte 4:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha kimina kuyinto encane impela ukuba ngahlulelwe yinina noma ngokwahlulela kwabantu; yebo, nami angizahluleli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Kepha kimi kuyinto elula ukuba ningahlulele, noma ngahlulelwe ngabantu; nami luqobo angizahluleli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Kepha kimina kuyinto encane kakhulu ukuba ngahlulelwe yinina noma ngokwahlulela kwabantu; yebo, angizahluleli mina ngokwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kepha kimina kuyinto encane kakhulu ukuba ngahlulelwe yinina noma ngokwahlulela kwabantu; yebo, angizahluleli mina ngokwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kwabaseKorinte 4:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ningahluleli ngokwamehlo, kepha yahlulelani ukwahlulela okulungileyo.”


Kepha ongowomoya ubonisisa konke, kodwa yena kabonisiswa muntu.


umsebenzi walowo nalowo uyakuvela obala; ngokuba usuku luyakuwudalula, lokhu kwambulwa ngomlilo, nokuthi umsebenzi walowo nalowo unjani, umlilo uqobo uyakukuvivinya lokho.


Futhi-ke kufuneka kubaphathi ukuba umuntu afunyanwe ekholekile.


Ngokuba angizinyezi ngalutho ngokwami, nokho angilungisisiwe ngalokho; kepha ongahlulelayo yiNkosi.


Kepha uJehova wathi kuSamuweli: “Ungabheki isimo sakhe nobude bomzimba wakhe, ngokuba ngimalile, lokhu uJehova engabukisi okomuntu; umuntu ubheka okusemehlweni, kepha uJehova ubheka okusenhliziyweni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ