Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kuThimothewu 5:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 banokulahlwa, ngokuba bechithile ukukholwa kwabo kokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 ngakho-ke bathole icala, ngokuba besaphulile isithembiso sabo sokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 belahlwa, ngoba belahlile ukholo lwabo lokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 belahlwa, ngoba belahlile ukholo lwabo lokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kuThimothewu 5:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Israyeli ukulahlile okuhle; isitha siyakumxosha.


Uma omunye elambile, akadle ekhaya ukuba ningabuthaneli ukulahlwa. Kepha okuseleyo ngokulungisa mhla ngifikayo.


Ngiyamangala ngokuba nimhlubuka masinya kangaka yena owanibizela emuseni kaKristu, niye kwelinye ivangeli,


Kepha abafelokazi abasha ubenqabe; ngokuba uma sebetamasile bedela uKristu, bafuna ukugana;


Futhi-ke bafunda nokuvilapha, bezula izindlu ngezindlu, bengavilaphi kuphela, kepha behleba, bezigaxa ngokungekwabo, bekhuluma okungafanele.


Ningabi ngabafundisi abaningi, bazalwane bami, nazi ukuthi siyakwamukeliswa ukwahlulelwa okukhulu.


Ngokuba sekuyisikhathi sokuba ukwahlulela kuqale endlini kaNkulunkulu; kepha uma kuthathela kithina, kuyakuba yini ukuphela kwabangalaleli ivangeli likaNkulunkulu na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ