Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kumadodana kaZera: nguJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Kumadodana kaZera: kunguJehuweli nabafowabo, bengama-690.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Emadodaneni kaSeraki; uJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngasemuva waphuma umfowabo owayenentambo ebomvu esandleni sakhe; igama lakhe lathiwa uZera.


Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.


UTamari umalokazana wakhe wamzalela oPheresi noZera. Onke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.


Amadodana kaZera: ngoZimri, no-Ethani, noHemani, noKalikoli, noDara, eyisihlanu onke.


KumaShiloni: ngu-Asaya izibulo namadodana akhe.


Kumadodana kaBenjamini: nguSalu kaMeshulamu kaHodaviya kaHasenuwa,


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo: kwaShela: ngumndeni wakwaShela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaPheresi; kwaZera: ngumndeni wakwaZera.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ