Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ifa labo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBethele nemizana yalo, nangasempumalanga iNaharani, nangasentshonalanga iGezeri nemizana yalo, neShekemi nemizana yalo, kwaze kwaba se-Aya nemizana yalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Ifa labo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBhethele nemizana yalo, ngasempumalanga kuyiNaharani, ngasentshonalanga kuyiGezeri nemizana yalo, iShekemi nemizana yalo, kwaze kwaba se-Aya nemizana yalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Imfuyo yabo nezindawo zabo zokuhlala kwakuyiBethele namadlelo ayo, neNaharani nentshonalanga yeGezeri namazanyana ayo; neShekemi namadlelo alo, kwaze kwaba seGaza namadlelo alo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:28
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iBethele; kuqala igama lomuzi laliyiLuze.


Umkhawulo wabantwana bakwa-Efrayimi ngemindeni yabo wawunje: umkhawulo wefa labo ngasempumalanga wawuyi-Atharoti Adari kuze kube seBeti Horoni laseNhla;


wehla eJanowa, waya e-Atharoti naseNahara, wafika eJeriko, waphumela eJordani.


Kusukela eTaphuwa umkhawulo waya ngasentshonalanga, wafika emfudlaneni iKhana; ukuphuma kwawo kwakuselwandle. Lelo liyifa lesizwe sabantwana bakwa-Efrayimi ngemindeni yabo


kanye nemizi eyahlukaniselwa abantwana bakwa-Efrayimi phakathi kwefa labantwana bakwaManase, yonke imizi nemizana yayo.


Kwenyukela eBethele nabendlu kaJosefa; uJehova wayenabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ