Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 U-Efrayimi uyise walila izinsuku eziningi; abafowabo beza ukumduduza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 U-Efrayimi uyise walila izinsuku eziningi; abafowabo beza bamduduza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uyise u-Efrayimi walila izinsuku eziningi, abafowabo beza ukumduduza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wayeseklebhula izingubo zakhe, wafaka indwangu yamasaka okhalweni lwakhe, walilela indodana yakhe izinsuku eziningi.


Onke amadodana akhe nawo onke amadodakazi akhe asuka ukuyomduduza, kepha wala ukududuzwa, wathi: “Ngiyakwehla, ngiye endodaneni yami endaweni yabafileyo ngilila.” Uyise wamlilela-ke.


noZabadi indodana yakhe, noShuthela indodana yakhe, no-Ezeri no-Eleyadi ababulawa ngabantu baseGati ababezelwe kulelo zwe, ngokuba behla ukuthatha izinkomo zabo.


Wangena kumkakhe; wamitha, wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uBeriya,* ngokuba indlu yakhe yayisengozini.


Lapho abangane abathathu bakaJobe sebezwe ngakho konke lokho okubi okumehleleyo, bafika kuye bevela, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe: ngu-Elifazi umThemani, noBilidadi umShuhi, noSofari umNahama; bavumelana ukuba baye bamkhalele, bamduduze.


Abaningi kubaJuda babefikile koMarta noMariya ukubakhuza ngomnewabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ