1 iziKronike 7:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE
2 Amadodana kaThola: ngo-Uzi, noRefaya, noJeriyeli, noJahemayi, no-Ibisamu, noShemuweli, izinhloko zezindlu zawoyise, abakwaThola, amaqhawe anamandla ngezizukulwane zawo; umumo wawo ngezinsuku zikaDavide wawuyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu ayisithupha.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
2 Amadodana kaThola: kwakungu-Uzi, uRefaya, uJeriyeli, uJahemayi, u-Ibhisamu, noShemuweli. Babeyizinhloko zezindlu zokhokho babo, abakwaThola, bengamaqhawe anamandla ngezizukulwane zabo. Ubuningi babo ngesikhathi sikaDavide babeyizi-22 600.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
2 Amadodana kaThola: nguShela; o-Uzi, noRefaya, noJeriyeli, noJagimayi, noJibisamu, noSemuweli, izinhloko zezindlu zawoyise, bengabakaThola; babengamaqhawe anesibindi ezizukulwaneni zabo; inani labo ngemihla kaDavide laliyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu ayisithupha.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ