Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:80 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

80 nasesizweni sakwaGadi iRamoti kwaGileyadi namadlelo alo, neMahanayimi namadlelo alo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

80 nasesizwaneni sakwaGadi, banikwa iRamothi, kwaGileyadi, namadlelo alo, iMahanayimi namadlelo alo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

80 Esizweni sakwaGadi; iRamoti kwaGileyadi nedlelo layo, neMahanayimi nedlelo layo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:80
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe ezibona wathi: “Lokhu kuyibandla likaNkulunkulu.” Waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iMahanayimi.*


UDavide wayesefika eMahanayimi. U-Abisalomu waliwela iJordani, yena nabo bonke abantu bakwa-Israyeli kanye naye.


Kwathi uDavide esefikile eMahanayimi, uShobi indodana kaNahashi waseRaba labantwana bakwa-Amoni, noMakiri indodana ka-Amiyeli waseLo Debari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi


UBarizilayi wayengumuntu omdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayekade eyipha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu omkhulu kakhulu.


U-Elisha umprofethi wabiza enye yamadodana abaprofethi, wathi kuyo: “Khwica, uphathe lo mfuma wamafutha esandleni sakho, uye eRamoti Gileyadi.


neRamoti namadlelo alo, ne-Anemi namadlelo alo;


neKedemoti namadlelo alo, neMefahati namadlelo alo;


neHeshiboni namadlelo alo, neJazeri namadlelo alo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ