Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:70 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

70 nasenxenyeni yesizwe sakwaManase i-Anere namadlelo alo, neBileyamu namadlelo alo, ibe ngeyomndeni oseleyo wamadodana kaKohati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

70 nasengxenyeni yesizwana sakwaManase, i-Anere namadlelo alo, neBhileyamu namadlelo alo, kwaba ngokomndeni owawusele wozalo lukaKhohathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

70 Engxenyeni yesizwe sakwaManase; I-Aneri nedlelo lakhe, noBileyamu nedlelo lakhe, esizukulwaneni sensali yamadodana kaKohati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:70
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ne-Ajaloni namadlelo alo, neGati Rimoni namadlelo alo,


Amadodana kaGereshomu anikwa emndenini wenxenye yesizwe sakwaManase iGolanu, eBashani, namadlelo alo ne-Ashitaroti namadlelo alo;


Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase wabelwa iBeti Sheyani kanye nemizana yalo, neJibileyamu kanye nemizana yalo, nabakhileyo eDori kanye nemizana yalo, nabakhileyo e-Eni Dori kanye nemizana yalo, nabakhileyo eThahanaki kanye nemizana yalo, nabakhileyo eMegido kanye nemizana yalo eyizimpakama ezintathu.


Kuyo inxenye yesizwe sakwaManase: iThahanaki namadlelo alo, neGati Rimoni namadlelo alo, imizi mibili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ