Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 5:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Nazi izinhloko zezindlu zawoyise: o-Eferi, no-Ishi, no-Eliyeli, no-Aziriyeli, noJeremiya, noHodaviya, noJahidiyeli, amaqhawe anamandla, amadoda anegama, izinhloko zezindlu zawoyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Nazi izinhloko zezindlu zokhokho babo: ngu-Eferi, u-Ishi, u-Eliyeli, u-Aziriyeli, uJeremiya, uHodaviya noJahidiyeli; babengamaqhawe anamandla, amadoda anegama futhi eyizinhloko zezindlu zokhokho babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Laba babeyizinhloko zezindlu zawoyise: u-Eferi, no-Ishi, no-Eliyeli, no-Asiriyeli, noJeremiya, noHodawa, noJagidiyeli, amaqhawe anamandla, amadoda adumileyo nezinhloko zezindlu zawoyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 5:24
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bamsiza uDavide eviyweni, ngokuba babe ngamaqhawe anamandla bonke, beyizinduna zempi.


Amadodana ka-Aphayimi: ngu-Ishi; amadodana ka-Ishi: nguSheshani; amadodana kaSheshani: ngu-Ahilayi.


Labo ababizwe ngamagama babeyizikhulu emindenini yabo; izindlu zawoyise zanda kakhulu.


Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala kulelo zwe, kusukela eBashani kuze kube seBali Hermoni naseSeniri nasentabeni yaseHermoni.


Kepha baphambuka kuNkulunkulu wawoyise, balandela ngokuphinga onkulunkulu babantu balelo zwe, uNkulunkulu abachithayo phambi kwabo.


Amadodana ka-Uzi: nguJizirahiya; amadodana kaJizirahiya: ngoMikayeli, no-Obadiya, noJoweli, noJishiya, beyisihlanu, beyizinhloko bonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ