Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Abanye babo, amadodana kaSimeyoni, abantu abangamakhulu ayisihlanu, baya entabeni yaseSeyiri benezinduna zabo oPhelathiya, noNehariya, noRefaya, no-Uziyeli, amadodana ka-Ishi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

42 Abanye babo ababengabozalo lukaSimeyoni babengama-500, baya entabeni iSeyiri beholwa nguPhelathiya, uNehariya, uRefaya no-Uziyeli, indodana ka-Ishi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Abanye kubo, emadodaneni kaSimeyoni, amadoda angamakhulu ayisihlanu, baya entabeni yaseSeyiri, benoPhelathiya, noNeyariya, noRefaya, no-Uziyeli, amadodana ka-Ishi, izinhloko.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:42
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana ka-Aphayimi: ngu-Ishi; amadodana ka-Ishi: nguSheshani; amadodana kaSheshani: ngu-Ahilayi.


Amadodana kaHananiya: ngoPhelathiya, noJeshaya, namadodana kaRefaya, namadodana ka-Arinani, namadodana ka-Obadiya, namadodana kaShekaniya.


UJehova wathi kuMose: “Kulobe lokhu kube yisikhumbuzo encwadini, ukubeke ezindlebeni zikaJoshuwa ukuthi ngizakuqothula ukukhunjulwa kuka-Amaleki phansi kwezulu.”


kuyizinsuku eziyishumi nanye ukusuka eHorebe ngendlela yasentabeni yaseSeyiri ukuya eKadeshi Barineya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ