Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 UShimeyi wayenamadodana ayishumi nesithupha namadodakazi ayisithupha; kepha abafowabo babengenabantwana abaningi, nomndeni wabo awandanga njengabantwana bakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 UShimeyi wayenamadodana ali-16, namadodakazi ayisithupha, kodwa abafowabo babengenabantwana abaningi, nomndeni wabo awandanga njengabakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 USimeyi wayenamadodana ayishumi nesithupha namadodakazi ayisithupha; kodwa abafowabo babengenabantwana abaningi, futhi yonke inzalo yabo ayizange yande njengabantwana bakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:27
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaMishima: ngoHamuweli indodana yakhe, noZakuri indodana yakhe, noShimeyi indodana yakhe.


Bahlala eBeri Sheba, naseMolada, naseHasari Shuwali,


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nane namakhulu ayisithupha.


Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili.


Yileyo eyimindeni kaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nesithupha namakhulu ayisihlanu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ