Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngu-Eri, uyise kaLekha, noLahada uyise kaMaresha, nemindeni yendlu yabaluka ilineni elicolekileyo bendlu ka-Ashibeya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Amadodana kaShela, indodana kaJuda: kwakungu-Eri, uyise kaLekha, uLahada, uyise kaMaresha, nemindeni yendlu yabaluka ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibheya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngo-Eri, uyise kaLeka, noLada, uyise kaMaresa, nemindeni yendlu yabasebenza ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibeya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:21
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yabuye yazala futhi indodana, yaqamba igama layo ngokuthi uShela; uJuda wayeseKesibi ekuyizaleni kwayo.


Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.


Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela; labo abathathu bazalwa nguye kuBati Shuwa, umKhananikazi. Kepha u-Eri, izibulo likaJuda, wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.


Amadodana kaShimoni: ngo-Amnoni, noRina, noBeni Hanani, noThiloni. Amadodana ka-Ishi: ngoZoheti noBeni Zoheti.


noJokimi, nabantu baseKhozeba, noJowashi, noSarafi ababebusa kwaMowabi, noJashubi Lehemi. Ngezasendulo kodwa lezi zindaba.


KumaShiloni: ngu-Asaya izibulo namadodana akhe.


noMahaseya kaBaruki, kaKholi Hoze, kaHazaya, ka-Adaya, kaJoyaribi, kaZakariya, indodana yomShiloni.


Bayakujabha abasebenza ngefilakisi* eliklayiweyo kanye nabaluki belineni.


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo: kwaShela: ngumndeni wakwaShela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaPheresi; kwaZera: ngumndeni wakwaZera.


neKeyila, ne-Akizibi, neMaresha, imizi iyisishiyagalolunye nemizana yayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ