Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UMehonothayi wazala u-Ofira; uSeraya wazala uJowabe uyise wesigodi sabakhandi, ngokuba babe ngabakhandi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 UMehonothayi wazala u-Ofira. UZeraya wazala uJowabe, uyise wesigodi sabakhandi, ngokuba babengabakhandi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UMeonothayi wazala u-Ofira, uSeraya wazala uJowabe, uyise wesigodi saseKarasimi; ngoba babeyizingcweti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:14
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathumba lonke iJerusalema, nazo zonke izikhulu, nawo onke amaqhawe anamandla, abathunjwa abayizinkulungwane eziyishumi, nezinyanga zonke zemisebenzi, nabakhandi; akushiywanga muntu ngaphandle kwabantu abayizimpofana bezwe.


Amadodana kaKenazi: ngo-Otheniyeli noSeraya; amadodana ka-Otheniyeli: nguHathati.


Amadodana kaKalebi indodana kaJefune: ngo-Iru, no-Ela, noNahamu, namadodana ka-Ela, noKenazi.


Labo babe ngababumbi nabakhileyo eNethayimi naseGedera; bahlala khona nenkosi ngomsebenzi wayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ