Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 emva kuka-Ahithofeli kwakunguJehoyada indodana kaBenaya no-Abiyathara; uJowabe wayeyinduna yempi yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 owayelandela u-Ahithofeli kwakunguJehoyada, indodana kaBhenaya no-Abhiyathara. UJowabe wayengumkhuzi wempi yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Emva kuka-Ahithofeli kwakunguJehoyada indodana kaBenaya no-Abiyathara; induna yebutho lenkosi kwakunguJowabe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:34
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKhereti namaPheleti; amadodana kaDavide ayengabapristi.


Wacebisana noJowabe indodana kaSeruya no-Abiyathara umpristi; bamsiza u-Adoniya, bamlandela.


UDavide wathi: “Lowo ochitha amaJebusi kuqala uyakuba yinhloko nenduna.” Kwenyuka kuqala uJowabe indodana kaSeruya, waba yinhloko.


UJowabe indodana kaSeruya wayephezu kwempi; uJehoshafati, indodana ka-Ahiludi, wayengumabhalana;


Induna yesithathu yempi ngenyanga yesithathu kwakunguBenaya indodana kaJehoyada umpristi, inhloko; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ