Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 uJazizi umHagiri wayephethe izimvu. Bonke labo babe yizinduna zemfuyo yenkosi uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 UJazizi, umHagiri, wayephethe izimvu. Bonke laba babeyizinduna zemfuyo yenkosi uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Owayephethe umhlambi kwakunguJazizi umHagiri. Bonke babengababusi bezinto ezazingezenkosi uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:31
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

u-Obili wakwa-Ishmayeli wayephethe amakamela; uJehedeya umMeronoti wayephethe izimbongolo;


UJonathani, uyisekazi kaDavide, wayengumluleki, wayengumuntu ohlakaniphileyo nombhali; uJehiyeli indodana kaHakimoni wayenamadodana enkosi;


Emihleni kaSawule baphaka impi kumaHagiri, awa ngesandla sabo; bahlala ematendeni abo ngasempumalanga yonke yakwaGileyadi.


Aphaka impi kumaHagiri, noJeturu, noNafishi, noNodabi.


Ngathenga izinceku nezincekukazi, nganginazo ezazalwa endlini; yebo, nganginemfuyo enkulu yezinkomo neyezimvu phezu kwakho konke okwakuphambi kwami eJerusalema.


Kepha umuntu othile wezinceku zikaSawule wayelapho ngalolo suku, ebambekile phambi kukaJehova, ogama lakhe lalinguDowegi wabakwa-Edomi, omkhulu wabelusi bakaSawule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ