Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wayengowabantwana bakwaPheresi, inhloko yazo zonke izinduna zempi ngenyanga yokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Owayengomunye wozalo lukaPherezi, esiyisikhulu sabo bonke abakhuzi bempi ngenyanga yokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Emadodaneni kaPheresi kwakukhona inhloko yazo zonke izinduna zempi ngenyanga yokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ukuba afinyeze isandla sakhe, nangu umfowabo ephuma; wathi: “Ufuzuleleni na?” Ngalokho igama lakhe laqanjwa ngokuthi uPheresi.*


Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJashobehamu indodana kaZabidiyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Phezu kwesigaba senyanga yesibili kwakunguDodayi umAhohi nesigaba sakhe; kwakukhona nombusi uMikiloti; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Kuqala lasuka ibhanela* lekamu* labantwana bakwaJuda ngamabandla abo; uNaheshoni indodana ka-Aminadaba wayephezu kwalelo bandla.


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo: kwaShela: ngumndeni wakwaShela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaPheresi; kwaZera: ngumndeni wakwaZera.


Owanikela ngomnikelo wakhe ngosuku lokuqala nguNaheshoni indodana ka-Aminadaba, owesizwe sakwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ