1 iziKronike 27:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJashobehamu indodana kaZabidiyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20202 UJashobhehamu, indodana kaZabhidiyeli, wayengamele isigaba sokuqala esasingena ngenyanga yokuqala. Esigabeni sakhe kwakukhona abayizi-24 000. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJasobhamu indodana kaSabidiyeli; esigabeni sakhe kukhona abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Nampa abantwana bakwa-Israyeli ngomumo wabo, izinhloko zawoyise, nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nezinduna zabo ezazikhonza inkosi kukho konke okwezigaba, ezazingena, ziphuma inyanga ngenyanga ezinyangeni zonke zomnyaka; kuleso naleso sigaba zazikhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.