Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Eyeshumi ngenyanga yeshumi kwakunguMaharayi waseNethofa kumaZera; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 UMaharayi waseNethofa kwabakwaZera, wayengamele ababengena ngenyanga yeshumi; esigabeni sakhe kukhona abayizi-24 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Oweshumi ngenyanga yeshumi kwakunguMaharayi umNethofati wamaSarigi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:13
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noMaharayi waseNethofa, noHeledi indodana kaBahana waseNethofa,


Eyesishiyagalolunye ngenyanga yesishiyagalolunye kwakungu-Abiyezeri umAnathoti wabakwaBenjamini; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Eyeshumi nanye ngenyanga yeshumi nanye kwakunguBenaya umPirathoni wabantwana bakwa-Efrayimi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


kwaZera: ngumndeni wakwaZera; kwaShawule: ngumndeni wakwaShawule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ