Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 amadodana amaJehiyeli, oZethamu noJoweli umfowabo, ayephethe ingcebo endlini kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 amadodana amaJehiyeli, uZethamu noJoweli umfowabo, ayengamele ingcebo endlini kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Amadodana kaJehiyeli; oSethamu noJoweli umfowabo ababephethe ingcebo yendlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaLadani: nguJehiyeli inhloko, noZethamu, noJoweli, bebathathu.


KumaLevi u-Ahiya wayephethe ingcebo yendlu kaNkulunkulu nengcebo yezinto ezingcwele.


Amadodana kaLadani, amadodana kaGereshoni akwaLadani, izinhloko zawoyise zakwaLadani umGereshoni, amaJehiyeli,


Kuma-Amramu, nakumaJisihari, nakumaHebroni, nakuma-Uziyeli,


Ababe namatshe bawanikela engcebeni yendlu kaJehova phansi kwesandla sikaJehiyeli umGereshoni.


Umpristi, indodana ka-Aroni, ubeyakuba namaLevi, lapho amaLevi amukela okweshumi; amaLevi ayakukhuphulela okweshumi kokweshumi endlini kaNkulunkulu wethu emakamelweni endlini yengcebo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ