Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 eyasentshonalanga oShuphimi noHosa ngasesangweni laseShaleketi, ngasemendweni owenyukayo, abalindi ngabalindi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Olwasentshonalanga lwadla uShuphimi noHosa, ukuba babe ngabalindi abalinda ngasesangweni eShalekethi, ngendlela eyenyukayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ikatho yeSupimi nekaHosa yaphumela ngasentshonalanga, nesango leSaleget ngasemgwaqweni okhuphukayo, umlindo ngamunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nokudla kwasetafuleni lakhe, nokuhlala kwezinceku zakhe, nokuma kwezikhonzi zakhe, nezambatho zazo, nabaphathizitsha bakhe, nomnikelo wakhe wokushiswa owanikela ngawo endlini kaJehova, akwabe kusabakho moya kuyo.


Benza inkatho ngenkonzo, omunye ngomunye, omncane njengomkhulu, isazi nomfundi.


Eyaseningizimu yadla u-Obede Edomi namadodana akhe ukulinda inqolobane,


Ngasempumalanga ayekhona amaLevi ayisithupha, ngasenyakatho emane ngosuku, ngaseningizimu emane ngosuku, nasenqolobaneni emabili ngamabili.


EParibari ngasentshonalanga ayemane emendweni, naseParibari uqobo ayemabili.


nokudla kwasetafuleni lakhe, nokuhlala kwezinceku zakhe, nokuma kwezikhonzi zakhe, nezambatho zazo, kanye nabaphathizitsha nezambatho zabo, nesikhwelo sakhe akhuphukela ngaso endlini kaJehova, akwabe kusabakho moya kuyo.


Izinhloko zamaLevi nazi: oHashabiya, noSherebiya, noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, kanye nabafowabo malungana nabo, ukuba badumise, babonge njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba malungana nesigaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ