Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 25:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Inkatho yokuqala yadla uJosefa ka-Asafa, neyesibili uGedaliya; yena nabafowabo namadodana akhe babe yishumi nambili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Unkatho lokuqala lwadla uJosefa ka-Asafa, olwesibili uGedaliya, yena ekanye nabafowabo namadodana akhe, sebebonke beli-12.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Inkatho yokuqala ka-Asafa yaphumela uJosefa, eyesibili uGedaliya, yena nabafowabo namadodana akhe beyishumi nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 25:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

bekanye nabo abafowabo besigaba sesibili: oZakariya, noBeni, noJahaziyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, no-Uni, no-Eliyabe, noBenaya, noMahaseya, noMatithiya, no-Elifelehu, noMikineya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, abalindisango,


UDavide nezinduna zempi base bahlukanisela inkonzo amanye amadodana ka-Asafa, nakaHemani, nakaJeduthuni, ayeyakuprofetha ngamahabhu,* nangezingubhu, nangamasimbali;* umumo wabantu balo msebenzi wenkonzo wawunje:


eyesithathu uZakuri, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili;


Benza inkatho ngenkonzo, omunye ngomunye, omncane njengomkhulu, isazi nomfundi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ