1 iziKronike 22:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 UDavide wathi: “USolomoni indodana yami usengumfana, usathambile, nendlu eyakwakhelwa uJehova nga iba nkulu, ibatshazwe, ibe negama nodumo emazweni onke; ngizakuyilungisela.” Wayeseyilungisela kakhulu uDavide engakafi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 UDavide wathi: “USolomoni, indodana yami, usengumfana, akakaqini ukuba angakhela uSimakade indlu, ngokuba indlu okumele yakhelwe uSimakade kumele ibe yinhle kakhulu, ibatshazwe, ibe negama nodumo emazweni wonke; ngakho-ke ngizakuqala mina ukuyilungiselela.” UDavide wayilungiselela kakhulu engakafi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 UDavida wasesithi: USolomoni indodana yami usemncane, uthambile, lendlu ezakwakhelwa uJehova izakuba nkulu kakhulu, ibe ledumo lenkazimulo emazweni wonke; Kanjalo uDavide walungisa kakhulu ngaphambi kokufa kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bheka, ngiyakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngimngcwelisele yona, ngishise phambi kwakhe impepho ethaphukayo, kubekwe njalo izinkwa zokubukwa, kunikelwe ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha, nangokwethwasa kwenyanga, nangemikhosi emisiweyo kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho kwa-Israyeli kuze kube phakade.