Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 17:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 “Ngokuba wena Nkulunkulu wami wambulele endlebeni yenceku yakho ukuthi uyakuyakhela indlu; ngalokho inceku yakho ifike kulokhu ukuba ikhuleke phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 “Wena Nkulunkulu wami ukwambulile endlebeni yenceku yakho ukuthi uyakuyakhela indlu, ngakho-ke inceku yakho ize ukuba izokhuleka phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngokuba wena, Nkulunkulu wami, ushilo encekwini yakho ukuthi uyakumakhela indlu; ngalokho inceku yakho ifumene enhliziyweni yayo ukukhuleka phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 17:25
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Maliqiniseke, libe likhulu igama lakho kuze kube phakade, ukuze kuthiwe: ‘UJehova Sebawoti unguNkulunkulu ka-Israyeli, yebo, uNkulunkulu ka-Israyeli,’ nendlu kaDavide inceku yakho iqinisiwe phambi kwakho.


Manje, Jehova, wena unguNkulunkulu, ukhulumile lokho okuhle encekwini yakho;


Jehova, uyakuzwa ukulangazela kwabamnene; uyaqinisa inhliziyo yabo, indlebe yakho uyibeka kubo


“Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Nangalokhu ngiyakucelwa yindlu yakwa-Israyeli ukuba ngiyenzele: ngiyakuyandisela abantu njengezimvu.


UJehova wayemambulele uSamuweli ngayizolo, uSawule engakafiki, ethi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ