Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Khumbulani izimangaliso zakhe azenzileyo, nezibonakaliso zakhe, nezahlulelo zomlomo wakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Khumbulani izimangaliso zakhe azenzileyo, izibonakaliso zakhe, nezehlulelo zomlomo wakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Cabangani ngezimangaliso zakhe azenzile, izimangaliso zakhe nezahlulelo zomlomo wakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:12
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nina nzalo ka-Israyeli, inceku yakhe, nina bantwana bakaJakobe, abakhethiweyo bakhe.


Yena unguJehova uNkulunkulu wethu; izahlulelo zakhe zisemhlabeni wonke.


Mbonge uJehova, mphefumulo wami, ungakhohlwa imisebenzi yonke yakhe yomusa,


Wenzele izimangaliso zakhe isikhumbuzo; uJehova unomusa nobubele.


Ngomlomo wami ngimemezele zonke izahlulelo zomlomo wakho.


Wena Jehova ulungile; izahlulelo zakho ziqotho.


Umphefumulo wami waphukile ngokulangazelela njalo izahlulelo zakho.


Ngiyazi ukuthi izahlulelo zakho zilungile nokuthi wangilaya ngokuthembeka.


Ukumesaba uJehova kuhlanzekile, kumi kuze kube phakade; imithetho kaJehova iyiqiniso, ilungile yonke.


Ngiyakukhumbula izenzo zikaJehova, yebo, ngikhumbule izimangaliso zasendulo,


lapho ezenza izibonakaliso zakhe eGibithe nezimangaliso zakhe endaweni yaseSowani.


“Kuyakuthi lapho indodana yakho ikubuza ngesikhathi esizayo, ithi: ‘Kuyini lokhu?’ wothi kuyo: ‘Ngesandla esinamandla uJehova wasikhipha eGibithe, indlu yobugqila.


UMose wayesethi kubantu: “Khumbulani lolu suku eniphume ngalo eGibithe, indlu yobugqila, ngokuba ngesandla esinamandla uJehova unikhiphile kule ndawo: akuyikudliwa sinkwa esivutshelweyo.


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izahlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Ngase ngizwa i-altare lithi: “Yebo, Nkosi Nkulunkulu, Mninimandla onke, ziqinisile, zilungile izahlulelo zakho.”


ngokuba ziqinisile, zilungile izahlulelo zakhe; ngokuba isifebe esikhulu esonakalisa umhlaba ngobufebe baso, uliphindisele igazi lezinceku zakhe esandleni saso.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ