Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mazithokoze izinhliziyo zabamfuna uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Gabani ngegama lakhe elingcwele; mazithokoze izinhliziyo zabafuna uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mayijabule inhliziyo yabafuna uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:10
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Funani uJehova namandla akhe, nifunisise ubuso bakhe njalo.


Hlabelelani kuye, nimhubele, nikhulume ngezimangaliso zakhe zonke.


Kalokhu nikelani inhliziyo yenu nomphefumulo wenu ekufuneni uJehova uNkulunkulu wenu; sukani nakhe indlu engcwele kaJehova uNkulunkulu ukuba kungeniswe umphongolo wesivumelwano sikaJehova nezinto ezingcwele zikaNkulunkulu endlini eyakwakhelwa igama likaJehova.”


“Wena Solomoni, ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangenhliziyo ethokozayo, ngokuba uJehova uhlola izinhliziyo zonke, uqonda zonke izizindlo zemicabango; uma umfuna, uyakufunyanwa nguye; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.


Wonke uJuda wathokoza ngesifungo, ngokuba babefungile ngayo yonke inhliziyo yabo, bamfuna ngakho konke ukufisa kwabo; wafunyanwa yibo; uJehova wabaphumuza nxazonke.


Imikhawulo yonke yomhlaba iyakukhumbula, iphendukele kuJehova, nezizukulwane zonke zezizwe ziyakukhuleka ebusweni bakho.


Umphefumulo wami uyakuzibonga ngoJehova; abathobekileyo bayakukuzwa, bajabule.


Mtuseni uJehova kanye nami, siphakamise igama lakhe kanyekanye.


Ngiyathanda abangithandayo; abangifunayo bayakungifumana.


Angikhulumanga ekusithekeni, endaweni emnyama emhlabeni; angishongo enzalweni kaJakobe ukuthi: ‘Ngifuneni ngeze.’ Mina Jehova ngikhuluma ukulunga, ngimemezela okuqotho.


KuJehova yonke inzalo kaJakobe yakwa-Israyeli iyakulungisiswa, ibe nodumo.


Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa ngenhliziyo yenu yonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ