Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 AmaFilisti esefikile ukungenela isiGodi samaRefa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 AmaFilisti esegasele esigodini samaRefa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 AmaFilisti afika, abahlakazela esigodini samaRefa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwehla abathathu kwaba yizinhloko ezingamashumi amathathu, bafika kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu; impi yamaFilisti yayimise esiGodini samaRefa.


AmaFilisti esefikile ahlakazeka esiGodini samaRefa.


Kwehla abathathu kwabayizinhloko ezingamashumi amathathu, baya etsheni kuDavide emhumeni wase-Adulamu; impi yamaFilisti yayimise esiGodini samaRefa.


uDavide wabuza kuNkulunkulu, wathi: “Ngenyukele ukuhlasela amaFilisti na? Uyakuwanikela esandleni sami na?” UJehova wathi kuye: “Yenyuka, ngokuba ngiyakuwanikela esandleni sakho.”


AmaFilisti esezwile ukuthi uDavide ugcotshiwe ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli wonke, onke amaFilisti enyuka ukumfuna uDavide; uDavide wakuzwa, waphuma ukuwahlasela.


Kuyakuba njengomvuni ovuna amabele asemi nengalo yakhe evuna izikhwebu, kube njengokukha izikhwebu esiGodini samaRefa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ