Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 13:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Umphongolo kaNkulunkulu wahlala nabendlu ka-Obede Edomi endlini yakhe izinyanga ezintathu; uJehova wayibusisa indlu ka-Obede Edomi nakho konke anakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Umphongolo kaNkulunkulu wahlala izinyanga ezintathu nabendlu ka-Obhede Edomi, endlini yakhe. USimakade wayibusisa indlu ka-Obhede Edomi nakho konke ayenakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umphongolo kaNkulunkulu wahlala nomndeni ka-Obede Edomi endlini yakhe izinyanga ezintathu. UJehova wayibusisa indlu ka-Obede Edomi nakho konke anakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 13:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ULabani wayesethi kuye: “Ake ngifumane umusa emehlweni akho. Sengibonile ukuthi uJehova ungibusisile ngenxa yakho.”


Kusukela kuleso sikhathi embeke ngaso ukuba abe yinduna phezu kwendlu yayo naphezu kwakho konke okwayo, uJehova wabusisa indlu yowaseGibithe ngenxa kaJosefa; isibusiso sikaJehova sasikukho konke okwayo endlini nasensimini.


Ngalokho uDavide akavumanga ukuwuletha umphongolo kaJehova kuye emzini kaDavide, kepha uDavide wawubuyisela eceleni endlini ka-Obede Edomi umGiti.


kanye no-Obede Edomi nabafowabo abangamashumi ayisithupha nesishiyagalombili u-Obede Edomi indodana kaJeduthuni noHosa babe ngabalindisango


Isibusiso sikaJehova siyacebisa; akenezeli usizi kuso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ