1 iziKronike 13:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UDavide welulekana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nabaholi bonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 UDavide wahlanganisa amakhanda nabakhuzi bempi bezinkulungwane nabamakhulu, nabaholi bonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 UDavide wacebisana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu nezikhulu zonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ababe seduze nabo kuze kube kwa-Isakare, nakwaZebuloni, nakwaNafetali baletha isinkwa ngezimbongolo, nangamakamela, nangeminyuzi,* nangezinkabi, nokudla kwempuphu, nezigaxa zamakhiwane, nezigaxa zezithelo zomvini ezomileyo, newayini, namafutha, nezinkabi, nezimvu eziningi, ngokuba kwakukhona ukuthokoza kwa-Israyeli.