Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 AmaKhosi 7:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Konke lokho kwakhiwa ngamatshe anenani elikhulu, amatshe abaziwe ngezilinganiso, asahwe ngamasaha, ngaphakathi nangaphandle, kusukela esisekelweni kuze kufike phezulu, nangaphandle kuze kube segcekeni elikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Konke lokho kwakwakhiwe ngamatshe enani elikhulu, ayebazwe ngokwezilinganiso, asahwa ngamasaha, ngaphakathi nangaphandle, kusukela esisekelweni kuya ophahleni, nangaphandle kuze kuyofika egcekeni elikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Konke lokhu kwakungamatshe ayigugu, ngokwesilinganiso samatshe abaziweyo, asahwe ngesaha, ngaphakathi nangaphandle, kusukela esisekelweni kuze kufike ophahleni, nangaphandle kuze kube segcekeni elikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 AmaKhosi 7:9
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yayala, baqopha amatshe amakhulu, amatshe anenani elikhulu, ukuba babeke isisekelo sendlu ngamatshe abaziweyo.


Indlu yakhe lapho ebeyakuhlala khona kwelinye igceke phakathi kompheme yayenziwe kanjalo. Wenzela nendodakazi kaFaro abeyithathile uSolomoni indlu eyafana nalwo mpheme.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ