Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 8:9 - IsiZulu 2020

9 Hlanganani zizwe, nishaqeke. Bekani indlebe nina mazwe akude: bophani izinkalo zenu, nokho niyodangala; yebo, bophani izinkalo zenu, kodwa niyakudangala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Bhevani nina zizwe, niyakuphela amandla nokho; bekani indlebe nina mazwe onke akude: zibhinceni, kepha niyakudangala, yebo, zibhinceni, niyakuphela amandla nokho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngiyanicela, nina bantu, niyophihlizwa; futhi nilalele, nonke mazwe akude; bhincani, niyakuchotshozwa; bhincani, niyochotshozwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 8:9
24 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yakwa-Israyeli yaphendula, yathi: “Mtsheleni nithi: ‘Obhinca izikhali makangazigabisi njengalowo ozikhumulayo.’ ”


Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.


Ngakho-ke izwi likaSimakade yileli: isiyalezelo phezu kwesiyalezelo, isiyalezo phezu kwesiyalezo, umthetho phezu komthetho, umthetho phezu komthetho, ingcosana lapha, ingcosana laphaya, ukuze bahambe, bawe nyovane, bephuke, bacushwe, babanjwe.


Ingelosi kaSimakade yaphuma yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000. Kuvukwa ngakusasa, babona ukuthi bonke babefile kuyizigingqane zezidumbu.


Uma kukhona okuqalayo, kuyobe kungaveli kimi lokho; noma ngubani okuqalayo uyakuwa ngenxa yakho.


Ningayesabi inkosi yaseBhabhele le eniyesabayo. Ningayesabi, kusho uSimakade, ngokuba nginani ukuba nginisindise, nginihlenge esandleni sayo.


“Lungisani amahawu nezihlangu, nivivele ukulwa.


Bophelani amahhashi, nigibele amahhashi empi, nime ngomumo; nifake izigqokozivikeli, nemikhonto eloliwe, nembathe namabhantshi ensimbi.


“Uyizembe lami nezikhali zokulwa; ngawe ngiphahlaza izizwe, ngawe ngibhubhisa imibuso,


“ ‘ “Yima ngomumo, yebo, uzilungiselele, wena nawo wonke amaviyo akho abuthene kuwe, ukuba ube ngumlindi wawo.


Kuyokwedlula izinsuku eziningi bese uqoqwa; kuyakuthi ngeminyaka yokugcina ungene ezweni elibuyiswe enkembeni, eliqoqwe ezizweni eziningi, ezintabeni zakwa-Israyeli ezazihlala ziyincithakalo, selikhishiwe kubantu, manje sebezohlala belondekile bonke.


Wonke lawo makhosi ayihlanganisa impi yawo, eza, akanisa ndawonye ngasemanzini eMerome, ukuba alwe no-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ