Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 7:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi ngezinsuku zika-Ahazi, indodana kaJothamu ka-Uziya, inkosi yakwaJuda, uRezini, inkosi yase-Aramu benoPheka indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, bakhuphuka bayokulwa neJerusalema, kodwa abakwazanga ukulinqoba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ezinsukwini zika-Ahazi indodana kaJothamu ka-Uziya, inkosi yakwaJuda, uResini inkosi yase-Aramu noPheka indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, bakhuphukela eJerusalema ukulwa nalo, kepha babengenakulinqoba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ezinsukwini zika-Ahazi indodana kaJothamu ka-Uziya inkosi yakwaJuda uResini inkosi yase-Aramu noPheka indodana kaRemaliya inkosi yakwa-Israyeli benyukela eJerusalema ukulwa nalo, kodwa akakwazanga ukukunqoba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 7:1
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UPheka, indodana kaRemaliya, umkhuzi wempi yakhe, wamakhela uzungu ekanye nabangama-50 bakwaGileyadi. Bambulala eSamariya esenqabeni yesigodlo no-Arigobhi no-Ariye, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngonyaka wama-52 wokubusa kuka-Azariya, inkosi yakwaJuda, uPheka, indodana kaRemaliya, waba yinkosi kwa-Israyeli, wabusa iminyaka engama-20 eSamariya.


Ngalezo zinsuku uSimakade wathumela kwaJuda, uRezini, inkosi yase-Aramu, noPheka, indodana kaRemaliya.


Ngonyaka we-17 wokubusa kukaPheka, indodana kaRemaliya, u-Ahazi, indodana kaJothamu, waba yinkosi kwaJuda.


Ngaso leso sikhathi kwakhuphuka uRezini, inkosi yase-Aramu, noPheka, indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, bahlasela iJerusalema. Bamvimbezela u-Ahazi, kodwa abakwazanga ukumnqoba.


Umbono ka-Izaya, indodana ka-Amozi, awubona maqondana noJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, uJothamu, u-Ahazi noHezekiya; amakhosi akwaJuda.


“Ngenxa yokuthi laba bantu bawenqaba amanzi aseShilowa ageleza buthule, bathokozela uRezini nendodana kaRemaliya,


USimakade ubavusele izitha zivela kuRezini, ukuze zimelane nabo. Wazigqugquzela izitha zabo,


“ ‘Abase-Aramu babengabahwebi bakho ngenxa yobuningi bomkhiqizo wakho. Bahweba ngempahla yakho ngama-emeralidu, ngokubukhwebezane, ngokufekethisiweyo, ngelineni elicolekileyo, ngekhorali nangamarubhi.


Izwi likaSimakade elafika kuHoziya indodana kaBheri ezinsukwini zokubusa kuka-Uziya, uJothamu, u-Ahazi noHezekiya amakhosi akwaJuda, nasezinsukwini zikaJerobhowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli.


Izwi likaSimakade lafika kuMikha waseMoreshethi ezinsukwini zokubusa kukaJothamu, u-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda liqondene neSamariya neJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ