Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 66:7 - IsiZulu 2020

7 “IZiyoni ngaphambi kokuba libe nemihelo, lazala; lingakehlelwa zinhlungu, lazala umntwana wesilisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “ISiyoni lingakabi namihelo lazala; lingakehlelwa ngubuhlungu labeletha umntwana wesilisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngaphambi kokuba abelethe, wabeletha; zingakafiki ubuhlungu wabeletha umntwana wesilisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 66:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathi kuye: “Usho kanje uHezekiya, uthi lolu wusuku losizi, lokukhankathwa nokwedelelwa. Abantwana sebelungele ukuzalwa, kodwa amandla okubazala awekho.


“Memeza ngokujabula wena nyumba, wena ongazalanga, qhumuka, umemeze ngokuthokoza, dazuluka wena ongakaze uhelelwe; ngokuba abantwana boyisikhwebu baningi kunabantwana bonendoda,” kusho uSimakade.


Owesifazane nxa esabeletha, uba lusizi, ngokuba sesifikile isikhathi sakhe; kepha uma esembelethile umntwana, akabe esazikhumbula izinhlungu ngenxa yenjabulo yokufika komntwana emhlabeni.


Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile, lingumama wethu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ