Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 57:9 - IsiZulu 2020

9 Waya kuMolokhi uphethe amafutha, wawandisa amakha akho. Wathumela kude izithunywa zakho, wazehlisela nasendaweni yabafileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Waya kuMoloki uphethe amafutha, wawandisa amakha akho; wathumela kude izithunywa zakho, wazehlisela nasendaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Waya enkosini uphethe amafutha, wandisa iphunga lakho, wathumela kude izithunywa zakho, wazithoba endaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 57:9
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umbhede wami ngiwufafaze ngemure, ngenhlaba nangekinamona.


Ngakho-ke bonke abantu bathotshisiwe, bonke behliswa isithunzi; ungabathetheleli.


Zonke izifebe ziyakhokhelwa, kodwa wena nguwe okhokhela zonke izithandwa zakho, uzifumbathisile ukuba zize kuwe, zivela ezindaweni zonke, ngobufebe bakho.


Kwathi nje lapho ewabona, wawakhanuka, wathumela kuwo izithunywa eKhaledi.


“Bathumela izithunywa ukuba zilande amadoda avela kude. Kwathi lapho efika, wena wageza ngenxa yawo, wagqaba amehlo akho, wahloba ngobucwebecwebe,


“Inkosi iyakwenza njengentando yayo, iziphakamise, izikhulise phezu kwabo bonke onkulunkulu, ikhulume okumangalisayo ngoNkulunkulu wonkulunkulu, ibe nenhlanhla luze luphelele ulaka, ngokuba okumisiweyo kuyakwenziwa.


U-Efrayimi udla umoya, uxoshana nomoya wasempumalanga, abhebhethekise amanga nobudlova imihla yonke. Wenza isivumelwano ne-Asiriya, athumele amafutha eGibhithe.


“U-Efrayimi usenjengejuba elingenangqondo; babize iGibhithe, baya e-Asiriya.


Makungabi bikho muntu onephuca umvuzo wenu, othanda ukuzenza othobile ekhonza izingelosi, ephike ngemibono yakhe, ezikhukhumeza ngeze ngengqondo yakhe yemvelo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ