Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 5:8 - IsiZulu 2020

8 Maye kini enihlanganisa indlu nendlu, ninezelele insimu kwenye, kuze kungabe kusaba bikho ndawo, ukuze kube yini nodwa enakhe emhlabeni!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wo kubona abahlanganisa indlu nendlu, besondeza insimu nensimu, kuze kungabe kusaba khona indawo, kwakhe nina nodwa emhlabeni!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Maye kwabahlobanisa indlu nendlu, ababeka insimu endaweni eyihektare, kuze kungasekho ndawo, ukuze kubekwe bona bodwa emhlabeni!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 5:8
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bafisa amasimu, bawaqhwage, nezindlu bazithathe, bacindezele indoda nabendlu yayo, umuntu nefa lakhe.


“Maye, kini zazimthetho nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu! Nani aningeni, kodwa abangenayo anibavumeli ukuba bangene.


“Ndodana yomuntu, izakhamuzi ezindaweni ezichithakele kwa-Israyeli, zithi: ‘U-Abhrahama wayeyedwa, wadla ifa lezwe, kodwa thina sibaningi, siliphiwe lona libe yifa lethu.’


“Ndodana yomuntu, bangabafowenu, yebo ngabafowenu, nibuhlobo bunye nayo yonke indlu yakwa-Israyeli, bonke abakhileyo eJerusalema abakhulume kubo, bathi: ‘Baqhelile kuSimakade. Leli lizwe selinikwe thina ukuba libe yifa lethu.’


Wahlala emizini eyincithakalo, nasezindlini okungahlali muntu kuzo, ezimiselwe ukuba ngamanxiwa.


Usho kanje uSimakade uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zabantu bakwa-Amoni, impela, ngenxa yezine, angiyukuguquka, ngokuba baqaqe abesifazane abakhulelweyo bakwaGiliyadi ukuze bandise imingcele yabo.


Akusalanga lutho angaludlanga, ngakho-ke impumelelo yakhe ayinakuma.


Othola inzuzo ngokungafanele uhlupha umndeni wakhe, kepha ozonda ukufunjathiswa uyophila.


Maye, kulabo abaceba okubi, labo abahlela ukwenza ububi besemibhedeni yabo, kuthi ekuthatheni kokusa bakwenze! Ngokuba kusemandleni ezandla zabo ukwenza lokho.


Abayukukhuza yini isaga ngaye bampongoloze iculo bebhinqa benze imfumbe ngaye, omunye wathi: “ ‘Maye, kulowo owandisa okungesikho okwakhe, kuyoze kube nini na? – lowo ozethwesa umthwalo onzima ngezibambiso!


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ