Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 3:4 - IsiZulu 2020

4 Ngiyobeka abafana babe yizikhulu zabo; izingane zibabuse.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngiyakubanika abafana babe yizikhulu zabo, nezingane ziyakubabusa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngiyakubanika abantwana babe yizikhulu zabo, nabantwana abancane bayakubabusa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 3:4
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UManase wayeneminyaka eli-12 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-55 eJerusalema.


UJosiya wayeneminyaka eyisishiyagalombili ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-31 eJerusalema.


UZedekiya wayeneminyaka engama-21 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka eli-11 eJerusalema.


UJehowahazi wayeneminyaka engama-23 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa izinyanga ezintathu eJerusalema.


UJehoyakimi wayeneminyaka engama-25 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka eli-11 eJerusalema. Wenza okubi emehlweni kaSimakade uNkulunkulu wakhe.


UJehoyakini wayeneminyaka eyisishiyagalombili ngesikhathi eba yinkosi, wabusa izinyanga ezintathu nezinsuku ezilishumi eJerusalema. Wenza okubi phambi kukaSimakade.


Maye, kuwe lizwe elibuswa yinkosi esencane, izikhulu zakho zizitika ngedili kusuka ekuseni!


Abantu bami bacindezelwa yizingane, babuswa ngabesifazane. Bantu bami, abaniholayo bayanidukisa; baphambanisa indlela eniziphatha ngayo.


USimakade wathi: “Ngenxa yokuziphakamisa kwamadodakazi aseZiyoni, ahamba elule izintamo, ecwayizisa amehlo, eshayela phezulu, ekhencezisa amadavathi ezinyawo zawo;


izinduna zamashumi ayisihlanu nabantu abanodumo, abeluleki nezingcweti ezihlakaniphileyo, nabanolwazi lokulumba.


Okwenzeka eJerusalema nakwaJuda kwaba ngenxa yentukuthelo kaSimakade, waze wabalahla phambi kwakhe. UZedekiya wayihlubuka inkosi yaseBhabhele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ