Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 3:2 - IsiZulu 2020

2 amaqhawe namadoda empi, abehluleli nabaphrofethi, ababhuli namalunga,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 amaqhawe namadoda empi, abahluleli nabaprofethi, ababhuli namalunga,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 indoda enamandla neqhawe, umahluleli, nomprofethi, nabahlakaniphileyo, nabadala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 3:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Israyeli wonke wabhalwa ngezizukulwane zakhe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli. UJuda wathunjelwa eBhabhele ngenxa yeziphambeko zakhe.


Izimpawu zethu asiziboni, akusekho mphrofethi, akekho kithi owaziyo ukuthi kuyoze kube nini.


izinduna zamashumi ayisihlanu nabantu abanodumo, abeluleki nezingcweti ezihlakaniphileyo, nabanolwazi lokulumba.


“Ake ukhulume kuyo indlu ka-Israyeli ehlubukayo, uthi: ‘Anazi yini ukuthi lezi zinto ziyini na?’ Yisho uthi: ‘Inkosi yaseBhabhele yaya eJerusalema, yathumba inkosi yalo nezikhulu zakhona, yaziyisa kanye nayo eBhabhele.


Yayisithatha owozalo lwasebukhosini, yenza naye isivumelwano, yamfungisa, yathumba nabaholi balelo lizwe,


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, ukubonile yini okwenziwa ngamalunga endlu ka-Israyeli ebumnyameni, yilelo nalelo ekamelweni lalo elinezithombe ezibaziweyo na? Ngokuba athi: ‘USimakade akasiboni. USimakade ulilahlile leli lizwe.’ ”


Ngamuzwa ethi kulawa amanye amadoda: “Dabulani emzini nilandele leyo ndoda, nibulale, iso lenu lingahawukeli, ningabi naluzwelo.


Ngiyakuqeda nya ngomehluleli wakhona, ngibulale zonke izikhulu zakhe kanye naye,” kusho uSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ