U-Ezra 9:13 - IsiZulu 202013 “Emuva kokuba sezisehlele zonke lezo zinto ngenxa yezenzo zethu ezimbi, necala lethu elikhulu, kodwa Wena Nkulunkulu, awusijezisanga ngokufanele iziphambeko zethu, wabuye washiya insali efana nalena, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 “Ngasemva kwakho konke okufike phezu kwethu ngenxa yezenzo zethu ezimbi, nangecala lethu elikhulu, nangokuba wena Nkulunkulu wethu awusijezisanga ngokufanele izono zethu, wasinika isigaba sabasindileyo njengalesi, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Futhi ngemva kwakho konke okusehlele ngenxa yezenzo zethu ezimbi nangenxa yeziphambeko zethu ezinkulu, njengoba wena, Nkulunkulu wethu, wasijezisa kancane kunalokho okufanele ukona kwethu, futhi wasinika insindiso enjengale; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngakho-ke, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu, onamandla nowesabekayo, uhlale usigcina njalo isivumelwano sakho somusa. Yonke le nkathazo esehlelayo mayingabi ncane ebusweni bakho, thina namakhosi ethu, nezikhulu zakithi, nabaphristi bakithi, nabaphrofethi, nawokhokho, nabo bonke abantu bakho, kusukela ezinsukwini zamakhosi ama-Asiriya kuze kube namuhla.