Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 8:30 - IsiZulu 2020

30 Abaphristi nabaLevi bathatha isiliva, igolide nezitsha, njengoba kwase kulinganisiwe, bakuyisa eJerusalema endlini kaNkulunkulu wethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Base bamukela abapristi namaLevi okulinganisiweyo, isiliva negolide nezitsha, ukuba bakuyise eJerusalema endlini kaNkulunkulu wethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngakho abapristi namaLevi bathatha isisindo sesiliva negolide nezitsha ukuba bakuyise eJerusalema endlini kaNkulunkulu wethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 8:30
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nantu uhla lwazo: imicengezi yegolide yeminikelo engama-30, imicengezi yesiliva yeminikelo eyinkulungwane nemimese engama-29,


Nganginamahloni ukucela enkosini iviyo lamabutho, nagibele amahhashi, ukuze asivikele ezitheni endleleni, njengokuba sasiyitshelile inkosi ukuthi: “Isandla sikaNkulunkulu wethu siyabavikela abamfunayo, kodwa amandla akhe nentukuthelo yakhe kumelana nabo bonke abamhlubukayo.”


Ngosuku lwesine sisendlini kaNkulunkulu wethu, kwakalwa isiliva, igolide nezitsha, kwase kwedluliselwa kumphristi uMeremothi, indodana ka-Uriya, owayeno-Eleyazare, indodana kaFinehasi nabaLevi, uJozabhadi kaJeshuwa noNowadiya kaBhinuyi.


Ngenxa yendlu kaSimakade uNkulunkulu wethu, ngiyokufunela okuhle.


“Inkazimulo yaseLebhanoni iyakuza kuwe, umsayiphuresi, ishoba nomkhoba konke kanyekanye, kuyohlobisa indawo yendlu yami engcwele, ngiyikhazimulise indawo yezinyawo zami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ