Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 8:20 - IsiZulu 2020

20 ngaphezu kwama-220 ezisebenzi zasethempelini ezaziqokwe nguDavide nezikhulu zakhe ukuba belekelele abaLevi, ababizwe bonke ngamagama abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 nakuwo amaNethini* uDavide nezikhulu ababewanikele enkonzweni yamaLevi amaNethini angamakhulu amabili namashumi amabili, abizwa onke ngamagama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 nakubakhonzi basethempelini uDavide nezikhulu ababebamise enkonzweni yamaLevi, amaNethini angamakhulu amabili namashumi amabili; zonke ezishiwo ngamagama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 8:20
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abahlala kuqala emizini eyifa labo kwakungu-Israyeli, abaphristi, abaLevi namaNethini.


Izisebenzi zasethempelini yilezi: abozalo lukaZiha, lukaHasufa, lukaThabhawothi,


U-Ezra waphuma eBhabhele ngonyaka wesikhombisa wokubusa kuka-Arithahishashitha, waya eJerusalema nabanye bakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi, abaculi, abalindisango nezisebenzi zasethempelini.


ngabathumela ku-Ido owayengumholi eKhasifiya, ngibatshela ukuthi bayothini ku-Ido nabangani bakhe, izisebenzi zasethempelini eKhasifiya, ukuba basithumelele abantu ababezosebenza endlini kaNkulunkulu.


noHashabhiya enoJeshaya, wozalo lukaMerari, nabafowabo namadodana abo angama-20;


Uyakwethula abaLevi ku-Aroni nakumadodana akhe; bayokwethulwa kuye impela, bevela kubantu bakwa-Israyeli.


Yebo, ngiyakunxusa nawe mhlobo wami oqotho, ukuba ubalekelele labo besifazane, ngokuba bahlanganyela nami evangelini, benoKlemente nezinye izisebenzi zami, amagama azo alotshiwe encwadini yokuphila.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ