Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 7:19 - IsiZulu 2020

19 Izitsha ozinikiwe ukuba zisetshenziselwe inkonzo yendlu kaNkulunkulu wakho, uyakuzibuyisela kuNkulunkulu wakho eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Izitsha onikwe zona ukuba zibe ngezenkonzo yendlu kaNkulunkulu wakho, zibuyisele phambi kukaNkulunkulu waseJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Futhi izitsha onikelwe zona zenkonzo yendlu kaNkulunkulu wakho, lezi uzigcine phambi kukaNkulunkulu waseJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 7:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bakhuluma ngoNkulunkulu waseJerusalema njengonkulunkulu babantu bomhlaba abangumsebenzi wezandla zabantu.


“Wena nabafowenu, lokho enikubona kufanele ukuba nikwenze ngesiliva nangegolide elisalileyo, kwenzeni ngokwentando kaNkulunkulu wenu.


Noma yini enye edingekayo endlini kaNkulunkulu wakho okufanele niyihlinzeke ngokwenu, ithatheni engcebeni yenkosi.


‘Iyakuyiswa eBhabhele, ihlale lapho, kuze kufike usuku engiyoyibuyisa ngalo, bese ngiyikhuphula, ngiyibuyisele kule ndawo,’ kusho uSimakade.” “Bese ngiyibuyisa ngiyilethe kule ndawo.”


Ngaleso sikhathi, abantu bayobiza iJerusalema ngokuthi liyisihlalo sobukhosi sikaSimakade. Izizwe zonke ziyobuthelwa kulo, kulo igama likaSimakade eJerusalema. Azisayukuhamba ngokwenkani yenhliziyo yazo embi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ