U-Ezra 6:12 - IsiZulu 202012 UNkulunkulu owenza ukuba igama lakhe lihlale lapho, sengathi angasusa esikhundleni noma yiyiphi inkosi nesizwe okuzama ukuguqula lokhu, noma ukubhubhisa le ndlu kaNkulunkulu eseJerusalema. Mina Dariyu, ngishaye lo mthetho; mawuhlonishwe ngokucophelela.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 uNkulunkulu ohlalise khona igama lakhe awise phansi onke amakhosi nabantu abayakwelula izandla zabo ukuba baguqule lokho, bachithe le ndlu kaNkulunkulu eseJerusalema. Mina Dariyu ngikhiphe isimemezelo; masenziwe ngaso sonke isineke.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 UNkulunkulu obeke igama lakhe lapho uchitha wonke amakhosi nabantu abayoshaya esandleni sabo ukushintsha nokuchitha le ndlu kaNkulunkulu eseJerusalema. Mina, Dariyu, ngakhipha umyalo; makwenziwe ngesivinini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |