U-Ezra 5:2 - IsiZulu 20202 Emveni kwalokho uZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana kaJozadakhi, baqala ukwakha kabusha indlu kaNkulunkulu eJerusalema, besizwa ngabaphrofethi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Kwase kusuka uZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana kaJosadaki, baqala ukwakha indlu kaNkulunkulu eseJerusalema; abaprofethi bakaNkulunkulu babenabo bebasiza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Khona-ke uZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa indodana kaJehoshadaki basukuma baqala ukwakha indlu kaNkulunkulu eseJerusalema, kanye nabaprofethi bakaNkulunkulu ababebasiza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngenyanga yesibili, ngonyaka wesibili bebuyele endlini kaNkulunkulu eJerusalema, uZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana kaJozadakhi, nabo bonke abafowabo nabaphristi nabaLevi nabo bonke ababeseJerusalema bebuya ekuthunjweni, bawuqala umsebenzi. Baqoka abaLevi, ababeneminyaka engaphezu kwama-25 ukuba bengamele izisebenzi ezazisebenza endlini kaSimakade.