Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 5:17 - IsiZulu 2020

17 “Manje uma kukuhle enkosini, vuma ukuba kuphenywe endlini yemiqulu yemilando yasebukhosini baseBhabhele ukuze kubonakale ukuthi ngempela inkosi uKhoresi yayiwushayile yini umthetho wokuthi akwakhiwe kabusha indlu kaNkulunkulu eJerusalema. Inkosi mayisazise ukuthi ihlose ukuba kwenziweni ngalolu daba.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “Ngalokho uma kukuhle enkosini, makucingwe endlini yengcebo yenkosi elapho eBabele ukuba kunjalo yini ukuthi uKoresi inkosi wakhipha isimemezelo sokuba kwakhiwe le ndlu kaNkulunkulu eJerusalema; inkosi mayithume kithi inhloso yayo ngalokho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Uma manje kukuhle enkosini, makuphenywe endlini yengcebo yenkosi elapho eBabele, ukuthi kuyicala yini elamiswa nguKoresi inkosi ukuba kwakhiwe le ndlu kaNkulunkulu eJerusalema, inkosi mayisithumele intokozo yayo kule ndaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 5:17
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuze kuphenywe emiqulwini yemilando yokhokho bakho. Uyokuthola kuyo ukuthi lo muzi bewuhlale uwuhlupho, uvukela umbuso, nokuthi kusukela emandulo amakhosi nababusi bezifunda bewubahlalisa lubhojozi. Abantu bakhona bavele bangamambuka, yingakho nje umuzi wabhujiswa.


Ngiyale ukuba lolu daba lusukunyelwe phezulu, nempela kwatholakala ukuthi kusukela emandulo lo muzi ubuvukela amakhosi, futhi ugcwele abahlubuki nabaphehli bodweshu.


Kuludumo kuNkulunkulu ukusibekela izinto, kodwa kuludumo lwamakhosi ukuphenyisisa udaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ