Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 4:11 - IsiZulu 2020

11 Leli yifuzela lencwadi abayithumela ku-Arithahishashitha, inkosi: “Le ncwadi ivela ezincekwini zakho, amadoda asentshonalanga yeYufrathe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Nansi impinda yencwadi abayithuma ku-Aritahishashita inkosi yokuthi: “Izinceku zakho, abantu abaphesheya koMfula,* nokuthi nokuthi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Nansi ikhophi yencwadi abayithumela kuye inkosi u-Aritahishashita; Izinceku zakho, amadoda nganeno komfula, futhi ngaleso sikhathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 4:11
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJezebheli wayeseloba izincwadi egameni lika-Ahabi, wazinamathelisa ngophawu lwakhe, wazithumela kumalunga, ezikhulwini ezazisemzini, ababakhe noNabothi.


Noma izizwe ezazibazungezile zazibesabisa, balakha kabusha i-althare phezu kwezisekelo zalo, base benikela phezu kwalo kuSimakade iminikelo yokushiswa, iminikelo yokushiswa yasekuseni neyakusihlwa.


nazo zonke izizwe ezathunjwa ngu-Osinaphari omkhulu nonamandla wazihlalisa emzini eSamariya nakwezinye izindawo, esifundazweni entshonalanga yeYufrathe.


“Sifuna ukuyazisa inkosi ukuthi abaJuda abavela ezindaweni zakho sebefike eJerusalema bawakha kabusha umuzi ohlubukayo nomubi. Sebeqedile ukwakha kabusha izingange, nokuvuselela izisekelo.


Nanti ifuzela lencwadi uThathenayi, umbusi wasentshonalanga yeYufrathe, noShethari Bhozenayi, nabangani babo ababesesifundazweni esasisentshonalanga yeYufrathe, abayithumela kuDariyu, inkosi.


Leli yifuzela lencwadi inkosi u-Arithahishasitha alinika u-Ezra, umphristi, umbhali, owayengumbhali wemithetho nezimiso zikaSimakade ku-Israyeli, ethi:


Owesifazane waseSamariya waphendula, wathi: “Kungenzeka kanjani ukuba Wena ungumJuda, ucele kimi engingowesifazane waseSamariya ukuba ngikuphuzise na?” Phela abaJuda abadlelani namaSamariya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ