U-Ezra 3:8 - IsiZulu 20208 Ngenyanga yesibili, ngonyaka wesibili bebuyele endlini kaNkulunkulu eJerusalema, uZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana kaJozadakhi, nabo bonke abafowabo nabaphristi nabaLevi nabo bonke ababeseJerusalema bebuya ekuthunjweni, bawuqala umsebenzi. Baqoka abaLevi, ababeneminyaka engaphezu kwama-25 ukuba bengamele izisebenzi ezazisebenza endlini kaSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ngomnyaka wesibili wokufika kwabo endlini kaNkulunkulu eJerusalema ngenyanga yesibili uZerubabele, indodana kaSheyalitiyeli, noJeshuwa indodana kaJosadaki, nensali yabafowabo abapristi, namaLevi, nabo bonke abafike eJerusalema bevela ekuthunjweni baqala ukumisa amaLevi, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu ukuba babonise umsebenzi wendlu kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Ngomnyaka wesibili wokufika kwabo endlini kaNkulunkulu eJerusalema, ngenyanga yesibili, uZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, noJeshuwa, indodana kaJosadaki, nensali yabafowabo, abapristi namaLevi, futhi zonke ziqala. Abaphuma ekuthunjweni baya eJerusalema; wamisa amaLevi, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, ukuba amele umsebenzi wendlu kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |