Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:41 - IsiZulu 2020

41 Abahlabeleli bozalo luka-Asafa babeyi-128;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Abahlabeleli: abantwana bakwa-Asafa: yikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Abahlabeleli: abantwana bakwa-Asafa: yikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:41
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AbaLevi base bebeka uHemani, indodana kaJoweli, nakubafowabo babeka u-Asafa, indodana kaBherekhiya, nasemadodaneni kaMerari, abafowabo, u-Ethani, indodana kaKhushaya.


Olwe-18 lwadla uHanani, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


Umfowabo u-Asafa wayemi ngakwesokunene sakhe; u-Asafa, kaBherekhiya, kaShimeya,


Abozalo lwabaLevi: olukaJeshuwa noKhadimiyeli, amadodana kaHodaviya, babengama-74.


abozalo lwabalindisango bozalo lukaShalumi, luka-Atheri, lukaThalimoni, luka-Akubhi, lukaHathitha nolukaShobhayi, bonke babeyi-139.


Lapho abakhi bebeka isisekelo sethempeli likaSimakade, abaphristi bagqoka izingubo zabo zobuphristi, baphatha amacilongo. AbaLevi ababengamadodana ka-Asafa bathatha amasimbali, bahlabelela bedumisa uSimakade njengesimiso sikaDavide, inkosi yakwa-Israyeli.


noMathaniya kaMikha, kaZabhidi, ka-Asafa, induna yomkhuleko wokubonga, noBhakibhukiya, owesibili phakathi kwabafowabo, no-Abhida kaShamuwa kaGalali kaJeduthuni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ