Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:40 - IsiZulu 2020

40 Abozalo lwabaLevi: olukaJeshuwa noKhadimiyeli, amadodana kaHodaviya, babengama-74.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa noKadimiyeli babantwana bakwaHodaviya: ngamashumi ayisikhombisa nane;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

40 AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa noKadimiyeli babantwana bakwaHodawa: ngamashumi ayisikhombisa nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:40
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abahlabeleli bozalo luka-Asafa babeyi-128;


UJeshuwa namadodana akhe, nabafowabo, noKhadimiyeli namadodana akhe, uBhinuyi noHodaviya namadodana kaHenadadi, umLevi, amadodana abo nabafowabo bonke bengamela izisebenzi zasendlini kaNkulunkulu.


Ngosuku lwesine sisendlini kaNkulunkulu wethu, kwakalwa isiliva, igolide nezitsha, kwase kwedluliselwa kumphristi uMeremothi, indodana ka-Uriya, owayeno-Eleyazare, indodana kaFinehasi nabaLevi, uJozabhadi kaJeshuwa noNowadiya kaBhinuyi.


AbaLevi: uJeshuwa, uBhinuwi, uKadimiyeli, uSherebhiya, uJuda, uMathaniya owayengamele amahubo okudumisa, nabangani bakhe,


AbaLevi: abozalo lukaJeshuwa, ozalweni lukaKhadimiyeli, emndenini kaHodaviya, babengama-74.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ