Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:36 - IsiZulu 2020

36 Abaphristi: abozalo lukaJedaya, bendlu kaJeshuwa, babengama-973;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: ngamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:36
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kubaphristi: kwakunguJedaya, uJehoyaribi, uJakhini,


Abafunyaniswa phakathi kwabozalo lwabaphristi ukuthi baganwe ngabesifazane babezizwe yilaba: kwabozalo lukaJeshuwa: indodana kaJozadaki, nakubafowabo, nguMahaseya, u-Eliyezeri, uJaribi noGedaliya.


Kwabozalo luka-Imeri: nguHanani noZebhadiya.


Kwabozalo lukaHarimi: nguMahaseya, u-Elija, uShemaya, uJehiyeli no-Uziya.


Kwabozalo lukaPhashuri: ngu-Eliyohenayi, uMahaseya, u-Ishmayeli, uNethaneli, uJozabhadi no-Eleyasa.


UJeshuwa namadodana akhe, nabafowabo, noKhadimiyeli namadodana akhe, uBhinuyi noHodaviya namadodana kaHenadadi, umLevi, amadodana abo nabafowabo bonke bengamela izisebenzi zasendlini kaNkulunkulu.


Abanye abangagagulwanga ngamagama, abaphristi, abaLevi, abalindisango, abaculi, izisebenzi zasethempelini, nabo bonke ababezehlukanisile nabezizwe, bazihlanganisa nomthetho kaNkulunkulu, nomkabo nabantwana babo, bonke ababenolwazi nokuqonda,


Abaphristi: abozalo lukaJedaya, ozalweni lukaJeshuwa, bengama-973,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ