U-Ezra 2:1 - IsiZulu 20201 Nampa abantu bezwe abakhuphuka ekuthunjweni ababethunjwe nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ababuyela eJerusalema nakwaJuda, yilowo nalowo waya emzini wakubo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Nampa abantwana bezwe abakhuphuka ekuthunjweni kwababethunjiwe bayiswa eBabele nguNebukadinesari, inkosi yaseBabele, babuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Laba bangabantwana besifunda abenyuka besuka ekuthunjweni kwabathunjwa, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, abathumbela eBabele, babuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bonke labo ababuya ekuthunjweni banikela ngeminikelo yokushiswa kuNkulunkulu ka-Israyeli. Banikela ngezinkunzi ezili-12 ezazimele u-Israyeli wonkana, izinqama ezingama-96, namawundlu angama-77; banikela ngezimpongo ezili-12 zaba ngumnikelo wesono. Konke lokho kwaba ngumnikelo wokushiswa owanikelwa kuSimakade.
Ngaleso sikhathi kwase kubizwa ababhali benkosi. Kwakuwusuku lwama-23, ngenyanga yesithathu ebizwa ngokuthi uShivani. Bayalwa ukuba babhale noma yini uMoridekhayi abayala ukuba bayibhalele abaJuda ababesembusweni ka-Ahasheveroshi, neziphathimandla, nababusi, nezikhulu ezazikuzo zonke izifundazwe eziyi-127, kusuka eNdiya kuya eKhushe. Izincwadi bazibhala ngolimi lwaleso naleso sizwe, ngokwehlukana kwazo, nangokubhala kwazo, nakubaJuda, ngokubhala kwabo nangolimi lwabo.