U-Ezra 10:18 - IsiZulu 202018 Abafunyaniswa phakathi kwabozalo lwabaphristi ukuthi baganwe ngabesifazane babezizwe yilaba: kwabozalo lukaJeshuwa: indodana kaJozadaki, nakubafowabo, nguMahaseya, u-Eliyezeri, uJaribi noGedaliya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Abafunyaniswa phakathi kwamadodana abapristi ukuthi bathathe abesifazane babezizwe nampa: kumadodana kaJeshuwa indodana kaJosadaki nakubafowabo: ngoMahaseya, no-Eliyezeri, noJaribi, noGedaliya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Kwafunyanwa phakathi kwamadodana abapristi ababethathe abafazi bezizwe emadodaneni kaJeshuwa kaJosadaki nabafowabo; noMahaseya, no-Eliyezeri, noJaribi, noGedaliya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngenyanga yesibili, ngonyaka wesibili bebuyele endlini kaNkulunkulu eJerusalema, uZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana kaJozadakhi, nabo bonke abafowabo nabaphristi nabaLevi nabo bonke ababeseJerusalema bebuya ekuthunjweni, bawuqala umsebenzi. Baqoka abaLevi, ababeneminyaka engaphezu kwama-25 ukuba bengamele izisebenzi ezazisebenza endlini kaSimakade.